|   |
Meditation, Christian meditation
 
UMPHAKATHI  WOMHLABA WOKUZINDLA KWAMAKHRESTU
UMPHAKATHI  WOMHLABA WOKUZINDLA KWAMAKHRESTU
UMPHAKATHI  WOMHLABA WOKUZINDLA KWAMAKHRESTU
|
Xana u nga tikambela njhani, Christian meditation, WCCM





|
|
BACK TO ENGLISH
INDABA YETHU
INDABA YETHU
Isiko lamaKhrestu lakudala lokuzindla ngezwi
elilodwa elingcwele (i-mantra) lavuselelwa indela yeNgisi yase-Benedictine,
u-Dom John Main (1926-1982) owasungula isikhungo esiphathelene nenkolo
yobukhatholika i-Christian Meditation Centre eLondon (1975) kwase kuthi eno-Dom
Laurence Freeman OSB, baqala umphakathi ozindlayo wabantu abakholwayo
nabangakholwa esigodlweni sase-Montreal (1977). Umphakathi Womhlaba Wokuzindla
WamaKhrestu wenziwa eLondon ngonyaka ka-1991 kanti uholwa u-Dom Laurence kanye
neBhodi Eqondisayo kumalungu amazwe omhlaba. Umphakathi ukhonela ukukhuluma
nokunisela ukuzindla njengoba kufundiswa u-John Main ukuthi kuhlanganise wonke
umuntu. Inhlosongqangi ifezwa ngokusebenzisa inkampani yokushicilela (Medio
Media), Isikhungo samazwe omhlaba eLondon, Inyuziletha Yamazwe omhlaba ephuma
njalo ngekwata kanye neSemina Yonyaka okuba yi-Annual John Main Seminar.
|
|
|
|
Meditation, Christian meditation, WCCM
Updated : 9 September 2009          
Webmaster : swarts@btinternet.com
 
|
|
|
  |